💃🎤 Paroles de chanson Française et Internationnales 🎤💃

 A   B   C   D   E   F   G   H   I   J   K   L   M   N   O   P   Q   R   S   T   U   V   W   X   Y   Z   0   1   2   3   4   5   6   7   8   9 
Artiste : Nomcebo Zikode
Titre : Imizamo Yami
Ngikuphile uthando
Ngakupha nenhliziyo yami
Ngikuphile konke
Manje ngenze njani?
Ngikuphile uthando

Ngakupha nenhliziyo yami
Ngikuphile konke
Manje ngenze njani?

Kuyini ukuthanda umuntu?
Wangishiya ngedwa ngizosala nobani?
Wena wena
Wena wena
Kuyini ukuthanda umuntu
Wangishiya ngedwa ngizosala nobani?
Wena wena
Wena wena

Ngikwenzile konke
Ngikuphile konke
Ngikwenzile konke

Ngikuphile uthando

Ngakupha nenhliziyo yami
Ngikuphile konke

Kuyini ukuthanda umuntu
Wangishiya ngedwa ngizosala nobani?
Wena wena
Wena wena
Kuyini ukuthanda umuntu
Wangishiya ngedwa ngizosala nobani?
Wena wena
Wena wena

Kanti kuyini ukuthand´umuntu
Kuyini ukuthand´umuntu
Kanti kuyini ukuthand´umuntu
Kuyini ukuthand´umuntu?

Zenzo zami uhlulekile

Mizamo yami uhlulekile
Wena wena
Wena wena

Wena wena
Wena wena

Kuyini ukuthanda umuntu
Wangishiya ngedwa ngizosala nobani?
Wena wena
Wena wena
Kuyini ukuthanda umuntu
Wangishiya ngedwa ngizosala nobani?
Wena wena
Wena wena

Kanti kuyini ukuthand´umuntu
Kuyini ukuthand´umuntu

Kanti kuyini ukuthand´umuntu
Kuyini ukuthand´umuntu